Sathi enkosini yami: ‘Sinaye ubaba osekhulile, nendodana esencane ayizala esegugile. Umfowabo sewafa, sekusele yona yodwa esiswini sikanina futhi uyise uyayithanda.’
UNumeri 1:36 - IsiZulu 2020 Abozalo lukaBhenjamini, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kubantwana bakwaBenjamini, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: Contemporary Zulu Bible 2024 Kubantwana bakwaBenjamini, izizukulwane zabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma; |
Sathi enkosini yami: ‘Sinaye ubaba osekhulile, nendodana esencane ayizala esegugile. Umfowabo sewafa, sekusele yona yodwa esiswini sikanina futhi uyise uyayithanda.’
Amadodana kaBhenjamini: kwakunguBhela, uBhekheri, u-Ashibheli, uGera, uNahamani, u-Ehi, uRoshi, uMuphimu, uHuphimu, no-Aridi.
“UBhenjamini uyimpisi entwengulayo; ekuseni udla akubambileyo, kusihlwa ahlukanise akuphangileyo.”
KwaBhenjamini, kungu-Eliyada, iqhawe elinamandla, enabahlome ngeminsalo nangezihlangu abayizi-200 000.
esizwaneni sakwaZabuloni beyizi-12 000, esizwaneni sakwaJosefa beyizi-12 000, esizwaneni sakwaBhenjamini beyizi-12 000.
AbakwaBhenjamini ababalwa ngalolo lusuku babengamadoda ayizi-26 000 ahlome ngenkemba, aphuma emizini yakhona, zingabaliwe izakhamuzi zaseGibheya. Amadoda abalwa, akhethwa ayengama-700.