Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 1:20 - IsiZulu 2020

Abozalo lukaRubeni izibulo lika-Israyeli, nazo zonke izizwe zakwa-Israyeli, ngokolibo lwabo, ngemindeni yabo nangokwezizwana zokhokho babo, ngokwenani lamagama, bonke abesilisa ababeneminyaka engama-20 nangaphezulu abase bengaya empini:

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantwana bakwaRubeni, izibulo lika-Israyeli, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, ngezinhloko zabo, bonke abesilisa kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Abantwana bakoRubeni, izibulo likaIsrayeli, ngensendo zabo, ngezizukulwana zabo, ngezindlu zaboyise, ngokwenani lamabizo, njengabavoti babo, bonke abesilisa, kusukela kwabangamashumi amabili. Abaneminyaka yobudala nangaphezulu, bonke abangaphuma ukuya empini;

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 1:20
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ULeya wakhulelwa, wazibula ngendodana, wayiqamba igama wathi nguRubeni, ngokuba wathi: “Kungoba uSimakade ulubonile usizi lwami. Impela umyeni wami usezongithanda manje.”


Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


namadodana akhe uHanokhi, uPhalu, uHezironi noKharimi.


Amadodana kaRubeni, izibulo lika-Israyeli. Wayeyizibulo, kodwa ngenxa yokuba wangcolisa umbhede kayise, ubuzibulo bakhe banikwa amadodana kaJosefa, indodana ka-Israyeli, futhi akabhalwangwa nasezizukulwaneni njengezibulo.


labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwaRubeni, babeyizi-46 500.