Nampa ababuya bevela eTheli Mela, eTheli Harisha, eKherubhi, e-Adani, nase-Imeri, kepha abakwazanga ukusho ukuthi bangabaziphi izindlu zoyise uma babedabuka kwa-Israyeli:
UNumeri 1:18 - IsiZulu 2020 ngosuku lokuqala enyangeni yesibili, baqoqa yonke inhlangano, base bebabhalisa ngokokhokho babo, ngemindeni yabo, nangokwezindlu zokhokho babo. Wonke amagama abantu besilisa abaneminyaka engama-20 nangaphezulu abhalwa, futhi abalwa, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babutha inhlangano yonke ngolokuqala lwenyanga yesibili, basho okhokho babo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, ngezinhloko zabo. Contemporary Zulu Bible 2024 Balibizela ndawonye ibandla lonke ngolokuqala lwenyanga yesibili, babhala izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu; ngokusho kwamabhokisi abo okuvota. |
Nampa ababuya bevela eTheli Mela, eTheli Harisha, eKherubhi, e-Adani, nase-Imeri, kepha abakwazanga ukusho ukuthi bangabaziphi izindlu zoyise uma babedabuka kwa-Israyeli:
Laba abalandelayo babevela eThelimela, eTheliharisha, eKherubhi, e-Adoni, nase-Imeri. Kodwa behluleka ukuveza isiqiniseko sokuthi bangabozalo lwakwa-Israyeli yini:
Nazi izinhloko zokhokho ngokwezindlu zazo: amadodana kaRubeni izibulo lika-Israyeli: nguHanoki, uPhalu, uHezironi, noKharimi. Yiyo-ke le imindeni kaRubeni.
Ngosuku lokuqala lwenyanga yesibili ngonyaka, wesibili abakwa-Israyeli bephumile eGibhithe, uSimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi ethendeni lokuhlangana, wathi:
Kanayise, kananina, kanaluzalo, kanasiqalo sezinsuku nakuphela kokuphila, kodwa enziwe wafana neNdodana kaNkulunkulu, uyohlala engumphristi kuze kube phakade.
Kepha yena ongaveli olibeni lwabo, wemukela okweshumi ku-Abhrahama, wambusisa lowo onezithembiso.