UNumeri 1:10 - IsiZulu 2020 Kumadodana kaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPhedazuri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPedasuri. Contemporary Zulu Bible 2024 Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi; u-Elishama indodana ka-Amihudi wakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri. |
Ibhanela lenkambu yakwa-Efrayimi liyakuba ngasentshonalanga ngamabandla abo; umholo wabozalo lwabakwa-Efrayimi kuyakuba ngu-Elishama indodana ka-Amihudi.
Eceleni kwakhe kuyakuba khona isizwana sakwaManase; umholi wabozalo lwabakaManase kunguGamaliyeli indodana kaPhedazuri.
Ngosuku lwesikhombisa kwakungu-Elishama, indodana ka-Amihudi, umholi wabozalo luka-Efrayimi.
Ngosuku lwesishiyagalombili kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri, umholi wabozalo lukaManase.