Lonke ibandla lase livumelana ukugubha ezinye izinsuku eziyisikhombisa; bazigubha-ke ezinye izinsuku eziyisikhombisa ngokuthokoza.
UNehemiya 8:13 - IsiZulu 2020 Ngosuku olulandelayo, zonke izinhloko zemindeni, abaphristi nabaLevi, beza ku-Ezra, umbhali, ukuze abafundise kabanzi amazwi omthetho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngosuku lwesibili kwabuthana izinhloko zawoyise babantu bonke, nabapristi, namaLevi ku-Ezra umbhali ukuba baqaphele amazwi omthetho. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngosuku lwesibili izinhloko zawoyise babo bonke abantu, abapristi namaLevi, zabuthana kanye no-Ezra umbhali ukuze baqonde amazwi omthetho. |
Lonke ibandla lase livumelana ukugubha ezinye izinsuku eziyisikhombisa; bazigubha-ke ezinye izinsuku eziyisikhombisa ngokuthokoza.
Bonke abantu bahamba bayokudla, baphuza, bapha abantulayo ukudla, bajabula kakhulu, ngokuba babekuzwile abakutshelwayo.
Bafumanisa kulotshiwe emthethweni uSimakade ayeyale ngawo uMose ukuthi abantu bakwa-Israyeli kumele bahlale emadokodweni ngesikhathi somkhosi, ngenyanga yesikhombisa.
Bathi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, ngesikhathi ekhuluma nathi endleleni, esichazela imibhalo na?”
Sebephuma, babanxusa ukuba baphinde bawakhulume lawa mazwi kubo ngeSabatha elilandelayo.
Kwathi besakhuluma nabantu, kwatheleka abaphristi nenduna yethempeli nabaSadusi,