UNehemiya 7:26 - IsiZulu 2020 Amadoda aseBhethlehema naseNethofa ayeyi-188, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadoda aseBetlehema naseNethofa: yikhulu namashumi ayisishiyagalombili nesishiyagalombili; Contemporary Zulu Bible 2024 amadoda aseBetlehema naseNethofa: yikhulu namashumi ayisishiyagalombili nesishiyagalombili. |
uHelevi, indodana kaBhahana waseNethofa, u-Ithayi, indodana kaRibhayi waseGibheya labakwaBhenjamini,
Amaqembu abaculi abuthana evela ethafeni elalizungeze iJerusalema, nasemizaneni yabaLevi,
zaya kuGedaliya eMizpha: kwakungu-Ishmayeli indodana kaNethaniya, uJohanani noJonathani amadodana kaKhareya, uSeraya indodana kaThanihumethi, amadodana ka-Efayi waseNethofa, uJezaniya indodana kaMahakhi, bona nabantu babo.