UNehemiya 7:11 - IsiZulu 2020 abolukaPhahathi Mowabi ozalweni lukaJeshuwa noJowabe bayizi-2 818, IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe: yizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili; Contemporary Zulu Bible 2024 abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili. |
Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi.
U-Ezra, umbhali, wayemi phezu kwebhesituli yokhuni, yenzelwe lowo msebenzi. Eceleni ngakwesokunene sakhe kwakumi uMathathiya, uShema, u-Anaya, u-Uriya, uHilikiya noMahaseya; ngakwesokhohlo sakhe kunguPhedaya, uMishayeli, uMalikhija, uHashumi, uHashibhadana, uZekhariya noMeshulami.