Bangithumelela umyalezo ofanayo kwaze kwaba amahlandla amane, nami ngilokhu ngibabuyisela impendulo efanayo.
UNehemiya 6:5 - IsiZulu 2020 Ngehlandla lesihlanu, uSanibhalathi wangithumelela lowo myalezo ngenceku yakhe, kodwa kwakuyincwadi engavaliwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USanibalati wayesethuma inceku yakhe kimi kanjalo ngokwesihlanu, iphethe incwadi evulekileyo esandleni sayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Inceku yakhe uSanibhalati yasithumela kimi ngokwesihlanu ngendlela efanayo, iphethe incwadi evulekileyo esandleni sayo; |
Bangithumelela umyalezo ofanayo kwaze kwaba amahlandla amane, nami ngilokhu ngibabuyisela impendulo efanayo.
Kwakulotshwe kuyo ukuthi: “Kunamahlebezi ezizweni athi wena nabaJuda niceba ukuvukela inkosi, yingakho wakha kabusha ugange nje; ngokwalowo mbiko wena uzoba yinkosi yabo, noGashimu uyawafakazela lawo mahlebezi.
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe namandla okumelana namaqhinga kaSathane.
nangayo yonke inkohliso yokungalungi kwababhubhayo, ngenxa yokuba bengakuvumanga ukuthanda iqiniso, ukuze basindiswe.