Bonke abakhayo babegaxe izinkemba ezinqulwini zabo, beqhubeka bakha. Indoda eyayihlaba umkhosi ngecilongo, yayiseduze kwami.
UNehemiya 4:19 - IsiZulu 2020 Ngathi kubaholi nezikhulu nakubantu: “Umsebenzi mkhulu, wendlalekile, thina siqhelelene kakhulu ogangeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngangithe kwabakhulu nakubabusi nakwabanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, ubanzi, sahlukene ogangeni, omunye ukude nomunye. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngathi ezikhulwini nasezinduneni nakubo bonke abanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, mkhulu, sahlukanisiwe odongeni, omunye kude nomunye; |
Bonke abakhayo babegaxe izinkemba ezinqulwini zabo, beqhubeka bakha. Indoda eyayihlaba umkhosi ngecilongo, yayiseduze kwami.
Uma nizwa kuhlatshwa umkhosi ngecilongo, anobuthana ngakimi. UNkulunkulu wethu uzosilwela.”