Kwabozalo lukaHarimi: ngu-Eliyezeri, uJishiya, uMalikhiya, uShemaya, uShimeyoni,
UNehemiya 3:11 - IsiZulu 2020 Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHashubi, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga noMbhoshongo Wamaziko. Contemporary Zulu Bible 2024 UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHasubu, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga nombhoshongo wamaziko. |
Kwabozalo lukaHarimi: ngu-Eliyezeri, uJishiya, uMalikhiya, uShemaya, uShimeyoni,
Esinye isigaba saya ngakwesokhohlo, mina ngasilandela nengxenye yabantu ogangeni, ngasenhla kombhoshongo wezithando, kwaze kwaba soGangeni Olubanzi,
Ingxenye elandelayo yakhiwa nguJedaya, indodana kaHarumafi, kwazise yayiseduze nomuzi wakhe. Elandelayo yakhiwa nguHathushi, indodona kaHashabhineya.
Hambani nizungeze iZiyoni, nihambe kuyo yonke indawo, nibale imibhoshongo yalo.