Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 2:16 - IsiZulu 2020

Akukho namunye ezikhulwini owayazi ukuthi bengiyephi nokuthi ngangenzani. Ngangingakabatsheli abaJuda, abaphristi, abaholi, izikhulu nabanye ababezokwenza umsebenzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ababusi babengazi lapho ngangiye khona nengikwenzileyo; futhi ngangingakabatsheli abaJuda, nabapristi, nabakhulu, nababusi, nabanye ababewenza umsebenzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ababusi babengazi lapho engaya khona nokuthi ngenzani; futhi angikawatsheli amaJuda, nabapristi, noma izikhulu, nababusi, nabanye abenza umsebenzi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 2:16
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakhuphuka ngomhosha ebusuku, ngihlola ugange. Ngase ngibuyela emzini, ngangena ngeSango Lesigodi; ngabuya kanjalo-ke.


Ngase ngithi kubo: “Niyayibona yini inkathazo esikuyo, ukuthi iJerusalema liyincithakalo, namasango alo ashisiwe na? Wozani, masakhe kabusha ugange ukuze singaphinde sibe yihlazo.”


UNkulunkulu akazenzakalisanga izikhulu zabantu bakwa-Israyeli, kodwa zambona, zadla, zaphuza.


Umuntu ohlakaniphileyo uyalufihla ulwazi, kepha izinhliziyo zeziwula ziphafuza ubuwula.