UJeshuwa wazala uJoyakimi; uJoyakimi wazala u-Eliyashibhi; u-Eliyashibhi wazala uJoyada;
UNehemiya 12:9 - IsiZulu 2020 uBhakibhukiya, u-Uno nabafowabo, bemaqondana nabo ngezigaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE noBakibukiya no-Uno abafowabo, bemalungana nabo ngezigaba. Contemporary Zulu Bible 2024 NoBakibhukiya no-Uni, abafowabo, babebhekene nabo begada. |
UJeshuwa wazala uJoyakimi; uJoyakimi wazala u-Eliyashibhi; u-Eliyashibhi wazala uJoyada;
Izinhloko zabaLevi nazi: uHashabhiya, uSherebhiya noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, nabafowabo bebhekene nabo bedumisa, bebonga njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba sibhekene nesigaba.
AbaLevi: uJeshuwa, uBhinuwi, uKadimiyeli, uSherebhiya, uJuda, uMathaniya owayengamele amahubo okudumisa, nabangani bakhe,