nabafowabo, ngezizukulwane zabo, bengama-956. Bonke laba bantu babeyizinhloko zezindlu zoyise, ngokokhokho babo.
UNehemiya 11:8 - IsiZulu 2020 Emva kwakhe: nguGabhayi noSalayi, bengama-928. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwakhe ngoGabayi noSalayi, bengamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi amabili nesishiyagalombili. Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwakhe uGabayi noSalayi, amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi amabili nesishiyagalombili. |
nabafowabo, ngezizukulwane zabo, bengama-956. Bonke laba bantu babeyizinhloko zezindlu zoyise, ngokokhokho babo.
Abozalo lukaBhenjamini: nguSalu kaMeshulamu, kaJohedi, kaPhedaya, kaKolaya, kaMahaseya, ka-Ithiyeli, kaJeshaya.
UJoweli, indodana kaZikhiri, wayengumphathi wabo, uJuda, indodana kaHasenuwa, wayephethe ingxenye entsha yomuzi.