Amadodana kaHananiya: kwakunguPhelathiya, uJeshaya, amadodana kaRefaya, amadodana ka-Arinani, amadodana ka-Obhadiya, namadodana kaShekhaniya.
UNehemiya 11:7 - IsiZulu 2020 Abozalo lukaBhenjamini: nguSalu kaMeshulamu, kaJohedi, kaPhedaya, kaKolaya, kaMahaseya, ka-Ithiyeli, kaJeshaya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nampa abantwana bakwaBenjamini: uSalu kaMeshulamu, kaJohedi, kaPhedaya, kaKholaya, kaMahaseya, ka-Ithiyeli, kaJeshaya. Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamadodana kaBenjamini; USalu indodana kaMeshulamu indodana kaJuda indodana kaPhedaya indodana kaKholaja indodana kaMahaseya indodana kaIthiyeli indodana ka-Isaya. |
Amadodana kaHananiya: kwakunguPhelathiya, uJeshaya, amadodana kaRefaya, amadodana ka-Arinani, amadodana ka-Obhadiya, namadodana kaShekhaniya.
Laba babeyizinhloko zezindlu zawoyise, beyizinhloko ngokwezizukulwane zabo; babehlala eJerusalema.
Bonke abozalo lukaPherezi ababehlala eJerusalema kwakungamadoda anamandla angama-468.