Nampa abantu bezwe abakhuphuka ekuthunjweni ababethunjwe nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ababuyela eJerusalema nakwaJuda, yilowo nalowo waya emzini wakubo,
UNehemiya 11:3 - IsiZulu 2020 Nazi izinhloko zezifundazwe ezazihlala eJerusalema, kodwa emizini yakwaJuda bonke babehlala ezindaweni zabo: abakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi, izisebenzi zasethempelini, nabozalo lwezinceku zikaSolomoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nazi izinhloko zezwe ezazihlala eJerusalema; kepha emizini yakwaJuda bahlala emizini yabo, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe: abakwa-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini,* nabantwana bezinceku zikaSolomoni. Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizinduna zesifunda ezahlala eJerusalema, kepha emizini yakwaJuda kwahlala, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe emizini yabo, u-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini, nabantwana bezinceku zikaSolomoni. |
Nampa abantu bezwe abakhuphuka ekuthunjweni ababethunjwe nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ababuyela eJerusalema nakwaJuda, yilowo nalowo waya emzini wakubo,
Izisebenzi zasethempelini yilezi: abozalo lukaZiha, lukaHasufa, lukaThabhawothi,
Abaphristi, abaLevi, abanye abantu, abahlabeleli, abalindisango nabantu ababesebenza ethempelini bahlala emizini yakubo. Wonke u-Israyeli wahlala emizini yakubo.
Abakwa-Israyeli abaseleyo, abaphristi nabaLevi, babekuyo yonke imizi yakwaJuda, yilowo endaweni eyifa lakhe.
EJerusalema kwakuhlala abathile bakwaJuda nabakwaBhenjamini: ozalweni lukaJuda: ngu-Athaya ka-Uziya, kaZakhariya, ka-Amariya, kaShefathiya, kaMahalalele wozalo lukaPherezi;
AbaLevi: abozalo lukaJeshuwa, ozalweni lukaKhadimiyeli, emndenini kaHodaviya, babengama-74.
Izisebenzi zasethempelini yilezi: abozalo lukaZiha, lukaHashufa, lukaThabhawothi,
Laba ngabantu besifundazwe ababebuye ekuthunjweni nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, bebuyela eJerusalema nakwaJuda. Yilowo nalowo wabuyela emzini wakubo;
bebuya noZerubhabhele, uJeshuwa, uNehemiya, u-Azariya, uRahamiya, uNahamani, uMoridekhayi, uBhilishani, uMisipherethi, uBhigivayi, uNehumi noBhahana. Inani labantu bakwa-Israyeli yileli:
Abaphristi, abaLevi, abalindisango, abaculi, izisebenzi zasethempelini, abanye abantu no-Israyeli wonke bahlala emizini yakubo. Ngenyanga yesikhombisa, abantu base bezinzile emizini yakubo.