UNehemiya 11:13 - IsiZulu 2020 nabafowabo ababeyizinhloko zemindeni, bengamadoda angama-242, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemothi, ka-Imeri; IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabafowabo, izinhloko zawoyise, bengamakhulu amabili namashumi amane nambili, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemoti, ka-Imeri; Contemporary Zulu Bible 2024 nabafowabo, izinhloko zawoyise, bengamakhulu amabili namashumi amane nambili; no-Amasayi indodana ka-Azareli indodana ka-Ahashayi indodana kaMeshilemoti indodana ka-Imeri, |
nabafowabo abaqhubeka benza umsebenzi wasethempelini, bengamadoda angama-822, no-Adaya kaJerohamu, kaPhelaliya, ka-Amizi, kaZakhariya, kaPhashuri, kaMalikhiya;
nabafowabo, amaqhawe anamandla ayeyi-128. Umphathi wabo omkhulu kwakunguZabhidiyeli, indodana kaHagedolimi.