Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNahume 3:8 - IsiZulu 2020

Umuhle yini wena kuneNo Amoni elaliphakathi kwemifula, lizungezwe ngamanzi, ugange lwalo kuwulwandle, nodonga lwalo kungamanzi na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Umuhle wena kuneNo Amoni elaliphakathi kwemifula, elalizungezwe ngamanzi, elilugange lwalo lwalululwandle, nelidonga lwalo lungamanzi, na?

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Wena ungcono yini kunabantu baseNo, ababemi phakathi kwemifula, amanzi abo nxazonke, osebe lwabo lululwandle, nogange lwabo lwaluvela olwandle, na?

Uka jalj uñjjattʼäta



UNahume 3:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UFaro inkosi yaseGibhithe, nezinceku zakhe, nezikhulu zakhe, nabo bonke abantu bakhe,


Izizwe ziyakuzwa ngehlazo lakho, ukukhala kwakho kugcwale umhlaba; ngokuba iqhawe liyakukhuba elinye, awe omabili kanyekanye.”


IGibhithe liyakuba ngumbuso othobekileyo kuneminye imibuso, futhi alisayukuziphakamisa kwezinye izizwe, ngiyakulithena amandla ukuba lingazibusi izizwe.


Dlulelani eKhaline, nibone; nisuke lapho niye eHamathi elikhulu, bese nehlela eGathi lamaFilisti. Bangcono yini kunale mibuso na? Ngabe izwe labo likhulu yini kunelenu na?