UHezekiya akaniyengi yini ukuba aninikele, nife yindlala nokoma, ethi: ‘USimakade uNkulunkulu wethu uyakusisindisa esandleni senkosi yase-Asiriya na?’
UNahume 3:14 - IsiZulu 2020 Zikhelele amanzi ngoba uzovinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; uxove udaka, ubumbe izitini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zikhelele amanzi okuvinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; ngena odakeni, uxove ibumba, uqinise uhonela. Contemporary Zulu Bible 2024 Dala amanzi okuvinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; ngena odakeni unyathele udaka, uqinise ihhonela lezitini. |
UHezekiya akaniyengi yini ukuba aninikele, nife yindlala nokoma, ethi: ‘USimakade uNkulunkulu wethu uyakusisindisa esandleni senkosi yase-Asiriya na?’
Ngamba, ngaphuza amanzi; ngiyonyathela ngonyawo lwami, kome yonke imifula eGibhithe.’ ”
Hlanganani zizwe, nishaqeke. Bekani indlebe nina mazwe akude: bophani izinkalo zenu, nokho niyodangala; yebo, bophani izinkalo zenu, kodwa niyakudangala.
Khuphukani, mahhashi, nibhembuluke zinqola, mawaphume amaqhawe: uKhushe noPhuthi babambe izihlangu, namaLudi abambe umnsalo.
Lowo ocekela phansi uzokuhlasela, qapha inqaba, ubheke emgwaqweni, uqinise ukhalo, uqinise izikhwepha ngokwedlulele.
Ngokuba uSimakade uyakubuyisa udumo lukaJakobe njengodumo luka-Israyeli, abacekela phansi babaqothulile, bashabalalisa namagatsha abo.