Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UmShumayeli 8:4 - IsiZulu 2020

Izwi lenkosi liyabusa, ngubani ongathi kuyo: “Wenzani na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba izwi lenkosi liyabusa; ngubani ongasho kuyo ukuthi: “Wenzani na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Lapho kukhona izwi lenkosi, kunamandla; ngubani ongathi kuye: Wenzani?

Uka jalj uñjjattʼäta



UmShumayeli 8:4
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nokho-ke inkosi yayikhulume yaqokothisa kuJowabe, umkhuzi wempi, ngakho-ke laphumelela izwi layo. UJowabe nezikhulu zempi baphuma phambi kwenkosi, bahamba bayobala abantu bakwa-Israyeli.


njengoba ngafunga kuwe ngoSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, ngathi uSolomoni, indodana yakho, uyokuba yinkosi emva kwami; uyakuhlala esihlalweni sami sobukhosi esikhundleni sami, ngenza kanjalo namuhla.”


Inkosi uSolomoni yayisithumela uBhenaya, indodana kaJehoyada, ukuba imhlasele imbulale; wafa kanjalo-ke.


Inkosi yayisiyala uBhenaya, indodana kaJehoyada, waphuma wamthelekela; wambulala. Umbuso waqiniswa esandleni sikaSolomoni.


UThathenayi, umbusi wesifunda esingasentshonalanga yeYufrathe, noShethari Bhozenayi nabangani babo, bakwenza ngokucophelela lokho inkosi uDariyu eyayibalayeze khona.


Bheka, uyabamba, ngubani ongamkhalima na? Ngubani oyakusho kuye, athi: ‘Wenzani na?’


Inkosi yaseGibhithe yababiza ababelethisi yathi kubo: “Nikwenzeleni lokhu, nayeka abafana ukuba baphile na?”


Ukuthukuthela kwenkosi kunjengokubhonga kwengonyama, kepha isihe sayo sinjengamazolo otshanini.


Ulaka lwenkosi olwesabisayo lunjengokubhonga kwengonyama; oyithukuthelisayo uyakulahlekelwa ngukuphila kwakhe.


ihhashi lempi, impongo, nenkosi lapho ihola impi yayo.


Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, igekle, ihabhu, umqangala, ugubhu, igemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwayo, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngaso leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu onganophula esandleni sami na?”


bonke abakhileyo emhlabeni bashaywa into engelutho; wenza ngokuthanda kwakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akekho ongavimbela isandla sakhe, noma athi kuye: “Wenzani na?”


Maye, muntu ndini! Ungubani-ke wena ukuba uqagulisane noNkulunkulu na? Okubunjiweyo kungasho yini kumbumbi ukuthi: “Wangenzelani ngaba njena na?”