UmShumayeli 7:11 - IsiZulu 2020 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga, Contemporary Zulu Bible 2024 Ukuhlakanipha kuhle kanye nefa, futhi ngalokho kunenzuzo kwababona ilanga. |
Ukuhlakanipha kuyigugu kunamarubhi, nakho konke okunxanelekayo akunakuqhathaniswa nakho.
Ngabona ukuthi ukuhlakanipha kungcono kunobuwula, njengoba nokukhanya kungcono kunobumnyama.
Ungasho ukuthi: “Kungani izinsuku zasemandulo zazingcono kunezanamuhla na?” Ngokuba lokho kubuza akuveli ekuhlakanipheni.