Ngibone ububi obudabukisayo phansi komthunzi welanga; ingcebo egcinwe ngumniniyo imlethela usizi.
UmShumayeli 6:1 - IsiZulu 2020 Ngabona enye into embi phansi komthunzi welanga, futhi ingumthwalo onzima emahlombe abantu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga ukuthi bunzima phezu kwabantu: Contemporary Zulu Bible 2024 Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga, futhi buvamile phakathi kwabantu: |
Ngibone ububi obudabukisayo phansi komthunzi welanga; ingcebo egcinwe ngumniniyo imlethela usizi.
UNkulunkulu umuntu umuphe ingcebo, impahla, nodumo ukuze angesweli lutho alufisayo, kepha uNkulunkulu akamniki amandla okukudla; kufika umfokazi azitike ngakho, lokho kuyize; kungukushaywa kabuhlungu.