“Ngabe awayukuphendulwa yini amazwi amaningi kangaka na? Iphoshophosho lingaxolelwa yini na?
UmShumayeli 5:3 - IsiZulu 2020 Ngokuba iphupho livela nemisebenzi eminingi; nezwi lesiwula linamagama amaningi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba iphupho livela ngemisebenzi eminingi nephimbo lesiwula ngobuningi bamazwi. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba iphupho liza ngobuningi bezindaba; izwi lesiwula laziwa ngamazwi amaningi. |
“Ngabe awayukuphendulwa yini amazwi amaningi kangaka na? Iphoshophosho lingaxolelwa yini na?
Lapho kunokukhuluma okuningi akupheli ukona; othiba ulimi lwakhe uhlakaniphile.
Ulimi lwabahlakaniphileyo lukhombisa ulwazi oluhle, kodwa umlomo weziwula uphafuza ubuwula.
“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma umuntu enquma ukwenza isithembiso esithile kuSimakade, esiyisilinganiso ngomuntu,