Yingani ngibeka ukuphila kwami engcupheni, ngibeka impilo yami ezandleni zami na?
UmShumayeli 4:5 - IsiZulu 2020 Isiwula sisonga izandla zaso, sidle inyama yaso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isiwula siyasonga izandla zaso, sidle umzimba waso. Contemporary Zulu Bible 2024 Isiwula sisonga izandla zaso futhi sidle inyama yaso. |
Yingani ngibeka ukuphila kwami engcupheni, ngibeka impilo yami ezandleni zami na?
Umuntu onesihawu uwenzela okuhle umphefumulo wakhe, kepha ononya uzilimaza yena uqobo.
Umphefumulo wevila uyafisa ungatholi lutho, kepha imiphefumulo yabakhutheleyo iyakuneliswa.
Ivila alilimi ngesikhathi sokulima; lihamba lethekela ngesikhathi sokuvuna, ngoba lingenalutho.
Badla okungakwesokunene, basala belambile, badla okungakwesokhohlo, kabaze beneliswa; yilowo nalowo wadla inyama yengalo yakhe,