Uma imbazo ibuthuntu, umuntu engayilolanga, usebenzisa amandla amakhulu; kodwa ukuhlakanipha kuletha ithuba lempumelelo.
UmShumayeli 10:9 - IsiZulu 2020 Omba amatshe ulinyazwa yiwo; nocanda izinkuni ulinyazwa yizo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Okhipha amatshe uyakulinyazwa yiwo, nobanda izinkuni uyakuba sengozini ngazo. Contemporary Zulu Bible 2024 Okhipha amatshe uyakulinyazwa yiwo; ocanda izinkuni uyakuba sengozini ngakho. |
Uma imbazo ibuthuntu, umuntu engayilolanga, usebenzisa amandla amakhulu; kodwa ukuhlakanipha kuletha ithuba lempumelelo.
Umuntu ombela omunye umgodi uyokhalakathela kuwo; nalowo odiliza udonga uyolunywa yinyoka.