Bazigxumekela izinsika zo-Ashera emagqumeni wonke aphakemeyo, naphansi kwazo zonke izihlahla eziluhlaza.
UMikha 5:14 - IsiZulu 2020 Ngiyakusiphula izinsika zo-Ashera bakho onabo, ngishabalalise imizi yakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyakubasiphula o-Ashera* bakho phakathi kwakho, ngiyichithe imizi yakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ngiyosiphula amahlathi akho phakathi kwakho, futhi ngiyochitha imizi yakho. |
Bazigxumekela izinsika zo-Ashera emagqumeni wonke aphakemeyo, naphansi kwazo zonke izihlahla eziluhlaza.
ukuze babajezise ngesijeziso esilotshiweyo. Kuludumo kubo bonke abathembekileyo bakhe. Haleluya!
Kepha niyobhidliza ama-althare abo, niphihlize izinsika zabo, nigawule o-Ashera babo.
Abasayukuwanaka ama-althare abo, umsebenzi wezandla zabo, abasayukuwubheka kulokho okwenziwe yiminwe yabo, o-Ashera nama-althare empepho.
Ngalokhu ububi bukaJakobe buzohlangulwa, kube yisithelo esiphelele sokususa isono sakhe, lapho enza wonke amatshe ase-althare abe yimvithi afane nomcako, kungabe kusamiswa nsika engu-Ashera, ngisho nama-althare empepho imbala.
Kepha uma isizwe singalaleli, ngiyakusisiphula nokusisiphula, ngisibhubhise,” kusho uSimakade.
INkosi izibhubhise ngokungenaluzwelo, zonke izindawo okuhlala kuzo uJakobe. Ngentukuthelo yayo, izibhidlizile izigqaba zendodakazi uJuda, yaqumba phansi emhlabathini umbuso, nababusi yabathela ngehlazo.
Kepha uSimakade uyalezile ngawe ukuthi akusayukuphinde kutshalwe egameni lakho, endlini yonkulunkulu bakho ngiyakunquma isithombe esibaziweyo nesithombe esibunjiweyo, ngiyakwenza ithuna lakho, ngokuba awuyinto yalutho.