Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.
UJoshuwa 9:2 - IsiZulu 2020 ahlangana ndawonye aba yimbumba efuna ukuhlasela uJoshuwa no-Israyeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abuthana ndawonye ukuba alwe noJoshuwa no-Israyeli nganhliziyonye. Contemporary Zulu Bible 2024 basebebuthana ukulwa nganhliziyonye loJoshuwa loIsrayeli. |
Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.
Uma kukhona okuqalayo, kuyobe kungaveli kimi lokho; noma ngubani okuqalayo uyakuwa ngenxa yakho.
“Ningakubizi ngokuthi wuzungu konke lokhu laba bantu abathi wuzungu. Ningakwesabi abakwesabayo; ningabi naluvalo ngakho.
Ngalokho amakhosi ayisihlanu ama-Amori: inkosi yaseJerusalema, inkosi yaseHebhroni, inkosi yaseJarimuthi, inkosi yaseLakhishi, nenkosi yase-Egiloni, ahlanganisa amabutho awo, akhuphuka nayo yonke impi yawo, akanisa malungana neGibheyoni, alwa nalo.
Ngesikhathi uJabhini, inkosi yaseHazori, ezwa ngalokhu, wathumela kuJobabhi inkosi yaseMadoni, nasenkosini yaseShimironi, nasenkosini yase-Akhishafu,
Wonke lawo makhosi ayihlanganisa impi yawo, eza, akanisa ndawonye ngasemanzini eMerome, ukuba alwe no-Israyeli.
“ ‘Lapho niwela iJordani, nafika eJerikho; izakhamuzi zalo zalwa nani, kanjalo nama-Amori, amaPherizi, amaKhanani, amaHithi, amaGirigashi, amaHivi, namaJebusi, ngabanikela esandleni senu.
babeyimimoya yamadimoni, benza izibonakaliso, baphuma baya emakhosini omhlaba wonke ukuze bawahlanganisele ukulwa ngosuku olukhulu lukaNkulunkulu uSomandla.