Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJoshuwa 5:12 - IsiZulu 2020

Yanqamuka imana ngosuku abaqala ngalo ukudla umkhiqizo weKhanani, abantu bakwa-Israyeli ababange besaba nayo imana, badla izithelo zeKhanani ngalowo nyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Imana* lanqamuka ngangomuso, nxa sebedla ezithelweni zezwe; abakwa-Israyeli ababe besaba nemana futhi, kepha base bedla ezithelweni zezwe laseKhanani ngalowo mnyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Imana lanqamuka ngangomuso sebedlile ukolweni wezwe; abantwana bakwa-Israyeli ababa naso imana; kepha badla ezithelweni zezwe laseKhanani ngalowo mnyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJoshuwa 5:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu bakwa-Israyeli badla imana iminyaka engama-40, baze bafinyelela ezweni okwakhiwe kulo; bayidla imana baze bafika emngceleni weKhanani.


Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.


kuyothi lapho nidla isinkwa sezwe, ninikele ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade.


Mina nganithumela ukuba nivune lokho eningakusebenzanga. Abanye basebenzile, nina-ke senizuza ngezithukuthuku zabo.”


Ngosuku olulandela umkhosi wePhasika, nangalo lolo lusuku, badla umkhiqizo weKhanani, isinkwa esingenamvubelo nokusanhlamvu okugazingiwe.