“Aniyukuzenza zonke izinto esizenza lapha namuhla, njengoba yilowo nalowo enza akubona kulungile emehlweni akhe,
UJoshuwa 3:9 - IsiZulu 2020 UJoshuwa wayesethi kubantu bakwa-Israyeli: “Sondelani nizwe amazwi kaSimakade uNkulunkulu wenu.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJoshuwa wathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Sondelani lapha, nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu.” Contemporary Zulu Bible 2024 UJoshuwa wayesethi kubantwana bakwa-Israyeli: “Wozani lapha nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu. |
“Aniyukuzenza zonke izinto esizenza lapha namuhla, njengoba yilowo nalowo enza akubona kulungile emehlweni akhe,
“Manje-ke, Israyeli, yizwani izimiso nezehlulelo enginifundisa zona ukuba nizenze, ukuze niphile, ningene, nilidle izwe uSimakade uNkulunkulu wokhokho benu aninika lona.
UJoshuwa wayesethi: “Niyokwazi ngalokhu ukuthi uNkulunkulu ophilayo uphakathi kwenu, ongayikwehluleka ukuxosha phambi kwenu amaKhanani, amaHithi, amaHivi, amaPherizi, amaGirigashi, ama-Amori, namaJebusi.
Nguwe oyakuyala abaphristi abathwele umphongolo wesivumelwano, uthi: ‘Nxa senifikile osebeni lomfula iJordani, niyokuma ninganyakazi.’ ”