Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJoshuwa 21:6 - IsiZulu 2020

Abozalo lukaGerishoni bathola imizi eli-13 emindenini yesizwana sakwa-Isakhare, esakwa-Asheri, esakwaNafethali nasengxenyeni yesizwana sakwaManase, eBhashani.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantwana bakwaGereshoni babelwa emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase eBashani imizi eyishumi nantathu.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Abantwana bakwaGereshoni babelwa imizi eyishumi nantathu emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nasenxenyeni yesizwe sakwaManase eBashani.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJoshuwa 21:6
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha amasimu omuzi nemizana yawo bakunika uKhalebhu, indodana kaJefune.


Abozalo lukaGereshomu, ngemindeni yabo, anikwa esizwaneni sakwa-Isakhare, nesakwa-Asheri, nesakwaNafethali, nasengxenyeni yesizwana sakwaManase, eBhashani, kwaba yimizi eli-13.


Basalayo bozalo lukaKhohathi bathola ngonkatho imizi elishumi emindenini yesizwana sakwa-Efrayimi, nesakwaDani, nasengxenyeni yesizwana sakwaManase.


Abozalo lukaMerari, ngokwemindeni yabo, bathola imizi eli-12 esizwaneni sakwaRubeni, esakwaGadi, nesakwaZebuloni.