nayo yonke imizana eyayiyizungezile, kwaze kwaba seBhali. Lezo kwakuyizindawo zabo, bebhalwe ngezizukulwane zabo.
UJoshuwa 19:8 - IsiZulu 2020 nayo yonke imizana eyayizungeze le mizi kuze kuyofika eBhalathi Bheri, iRama eningizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sakwaSimeyoni ngokwemindeni yaso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nayo yonke imizana eyayinxazonke zaleyo mizi kuze kube seBalati Beri, iRama laseNingizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngemindeni yabo. Contemporary Zulu Bible 2024 Nayo yonke imizi eyayizungeza leyo mizi kwaze kwaba seBahalati Beyeri, iRama laseNingizimu. Leli yifa lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngezizukulwane zabo. |
nayo yonke imizana eyayiyizungezile, kwaze kwaba seBhali. Lezo kwakuyizindawo zabo, bebhalwe ngezizukulwane zabo.
Ifa labozalo lukaSimeyoni laliyingxenye yendawo yabozalo lukaJuda, ngokuba ingxenye yabozalo lukaJuda yayinkulu kunaso, ngalokho-ke abozalo lukaSimeyoni bathola ifa labo phakathi kwelabakwaJuda.