U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.
UJoshuwa 19:2 - IsiZulu 2020 Ifa laso kwaba yiBheri Sheba, iShebha, iMolada, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ifa labo laliyiBeri Sheba, neSheba, neMolada, Contemporary Zulu Bible 2024 Efa labo babeneBeri Sheba noma iSheba neMolada; |
U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.
Unkatho lwesibili lwadla uSimeyoni. Isizwana sabozalo lukaSimeyoni ngemindeni yaso ifa laso laliphakathi kwefa labozalo lukaJuda.