uBhahana, indodana ka-Ahiludi eThahanaki, eMegido, nakulo lonke iBhethi Sheyani elingaseceleni kweZarethani, ngezansi kwaseJizreyeli, kusukela eBhethi Sheyani kuze kube se-Abhela Mehola nangaphesheya kweJokimeyamu;
UJoshuwa 19:11 - IsiZulu 2020 wenyukele ngasentshonalanga kuze kube seMarala, eDabheshethi, nasemfuleni ongasempumalanga eJokhineyamu, IBHAYIBHELI ELINGCWELE umkhawulo wabo wenyukela ngasentshonalanga kuze kube seMarala, wafinyelela naseDabesheti, wafinyelela nasemfuleni ongasempumalanga kwaseJokineyamu, Contemporary Zulu Bible 2024 Umkhawulo wabo wenyukela elwandle naseMarala, wenyuka waya eDabaseti nasemfuleni ongaphambi kweJokineyamu; |
uBhahana, indodana ka-Ahiludi eThahanaki, eMegido, nakulo lonke iBhethi Sheyani elingaseceleni kweZarethani, ngezansi kwaseJizreyeli, kusukela eBhethi Sheyani kuze kube se-Abhela Mehola nangaphesheya kweJokimeyamu;
Unkatho lwesithathu lwadla abozalo lukaZebuloni ngokwemindeni yabo. Umngcele wesabelo sabo wawufinyelela eSaridi;
ujike eSaridi, ubheke ngasempumalanga lapho kuphuma khona ilanga, uze uyofika emngceleni eKhisilothi Thabhori, usuke lapho ubheke eDabherathi, bese wenyukela eJafiya;