Kwase kwenyuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.
UJobe 8:11 - IsiZulu 2020 Umhlanga ungahluma yini lapho kungenaxhaphozi khona na? Ibhuma lingamila yini kungekho amanzi na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umhlanga ungahluma lapho kungekho xhaphozi na? Incema ingamila kungekho manzi na? Contemporary Zulu Bible 2024 Izihlahla zingakhula ngaphandle kodaka na? ifulegi lingakhula ngaphandle kwamanzi? |
Kwase kwenyuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.
Bona abayukukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo na?
Kuthe lapho engasakwazi ukuyifihla wayithatha wayifaka ebhokisini elaliphicwe ngekhwani, lahuqwa ngebhithumeni nekoliyati, walibeka emhlangeni owawusosebeni lomfula.