UJobe 7:17 - IsiZulu 2020 Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyini umuntu ukuba umkhulise, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, Contemporary Zulu Bible 2024 Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye? |
“Umuntu angaba yini wusizo kuNkulunkulu na? Ohlakaniphe kakhulu angaba wusizo yini kuye na?
Kepha omunye ufakazile kwenye indawo, wathi: “Umuntu uyini ukuba umkhumbule, noma indodana yomuntu ukuba uyinake na?
“Inkosi yakwa-Israyeli iphumele ukulandela bani na? Uxosha bani? Ukuhubha inja efileyo, intwakumba eyodwa nje.