UJobe 5:8 - IsiZulu 2020 “Kepha mina bengiyakumfuna uNkulunkulu, kuNkulunkulu bengiyakuyibeka indaba yami, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kodwa mina bengiyakumfuna uNkulunkulu; kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami, Contemporary Zulu Bible 2024 Bengiyakumfuna uNkulunkulu, kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami; |
“Mawubuyisane noNkulunkulu, ukuze ube nokuthula; ngaleyo ndlela, okuhle kuyakufika kuwe.
Simakade Wamabandla, mehluleli olungileyo, ovivinya ingqondo nenhliziyo, mangibone impindiselo yakho kubo, ngokuba indaba yami ngiyibeke kuwe.
okungenxa yalo ngihlupheka. Kodwa anginamahloni, ngokuba ngiyamazi engikholwa kuye, futhi nginesiqiniseko sokuthi Yena unamandla okulondoloza lokho angithwese khona, kuze kufike lolo lusuku.
owathi ethukwa akaze aphindisela, ehlushwa akaze asongela muntu, kodwa wazinikela kulowo owehlulela ngokulunga;
Ngakho labo abahluphekayo ngokwentando kaNkulunkulu, mabanikele imiphefumulo yabo kuMdali owethembekileyo, baqhubeke benze okuhle.