UNkulunkulu wenza zonke izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.
UJobe 41:12 - IsiZulu 2020 “Angiyukuthula ngezitho zayo, nangendaba yamandla ayo, nangesimo sayo esihle. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Angiyikuthula ngezitho zakhe, nangendaba yamandla akhe, nangesimo sakhe esihle. Contemporary Zulu Bible 2024 Angiyikufihla izitho zakhe, namandla akhe, nobuhle bakhe. |
UNkulunkulu wenza zonke izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.
Ngubani ongayihlubula isembatho sayo esingaphandle na? Ngubani ongangena phakathi kwemihlathi yayo emibili na?