nakuzo zonke izilwane eziphilayo ezinani: izinyoni zezulu, izilwane ezifuywayo, nazo zonke izilwane eziphilayo emhlabeni enaphuma nazo emkhunjini.
UJobe 41:1 - IsiZulu 2020 “Ungayidoba yini inkanyamba ngodobo, noma ubophe ulimi lwayo ngentambo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ungakhipha uLeviyathani* ngodobo, ucindezele phansi ulimi lwakhe ngentambo, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Ungamkhipha uLeviyathani ngehhuku na? noma ulimi lwakhe wehlise ngentambo? |
nakuzo zonke izilwane eziphilayo ezinani: izinyoni zezulu, izilwane ezifuywayo, nazo zonke izilwane eziphilayo emhlabeni enaphuma nazo emkhunjini.
Ukhona yini ongambamba ebhekile, amcuphe ngonoxhaka, abhoboze ikhala lakhe na?”
NguWena owaphohloza amakhanda kaLeviyathani, wamnika izidalwa zasendle, zamudla.
Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.