Inkosi yakwa-Israyeli yayisithuma umuntu kaNkulunkulu kuleyo ndawo ayishoyo, wayixwayisa, yaqaphela kungekanye, kungekabili.
UJobe 40:5 - IsiZulu 2020 Ngikhulumile kanye, angisayukuphendula, yebo, kabili, kepha angisaqhubeki.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngikhulumile kanye, angisayikuphendula, yebo, kabili, kepha angiqhubeki.” Contemporary Zulu Bible 2024 Ngake ngakhuluma; kodwa kangiyikuphendula: yebo, kabili; kodwa angiyikuqhubeka. |
Inkosi yakwa-Israyeli yayisithuma umuntu kaNkulunkulu kuleyo ndawo ayishoyo, wayixwayisa, yaqaphela kungekanye, kungekabili.
Empeleni, uNkulunkulu ukhuluma ngendlela eyodwa, noma ezimbili, nokho umuntu akakunaki lokho.
Noma ngingenacala, angikwazi ukumphendula, kufanele ngicele umusa kumehluleli wami.
Kepha siyazi ukuthi lokho okushiwo ngumthetho ukukhuluma kulabo abaphansi komthetho ukuze yonke imilomo ithuliswe, umhlaba wonke ubhekane necala kuNkulunkulu.