Bheka-ke, amandla akhe asokhalo lwakhe, nezikhwepha zakhe zisemisipheni yesisu sakhe.
Bheka-ke, amandla akhe asezinkalweni zakhe, nezikhwepha zakhe zisemisipheni yesisu sakhe.
Bheka manje, amandla akhe asezinkalweni zakhe, namandla akhe asezinkabeni zesisu sakhe.
“Ake ubheke uBhehemothi engamenza kanye nawe, udla utshani njengenkabi.
Uqinisa umsila wakhe njengomsedari, imisipha yamathanga akhe iphothene.
Entanyeni yayo kuhlala amandla, ingebhe isine phambi kwayo.