Iyahamba ezintabeni eziyidlelo layo, ifuna lonke uhlaza.
Okufunyanwa ezintabeni kuyidlelo layo: ifuna zonke izinto eziluhlaza.
Izintaba zingamadlelo akhe, futhi ubheka konke okuluhlaza.
Iyawuhleka umsindo ovela emzini, ayikuzwa ukumemeza komshayeli.
“Inyathi ingavuma yini ukukusebenzela, ihlale ebusuku emkhombeni wakho na?
“Ake ubheke uBhehemothi engamenza kanye nawe, udla utshani njengenkabi.
Imbongolo yasendle iyakhala yini inotshani na? Inkabi iyakhala yini inotshani na?
Konke okuwele kukho okwesidumbu saso kuyakuba ngokungcolile, noma iziko noma ikhanzi; kuyophohlozwa; kungcolile futhi kuyohlala kungcolile kini.