Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 39:22 - IsiZulu 2020

Ingebhe liyihleka usulu, alesabi lutho, alihlehli phambi kwenkemba.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Liyahleka ingebhe, alesabi, alibuyi phambi kwenkemba.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Uklolodela ukwesaba futhi akesabi; futhi akabuyi enkembeni.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 39:22
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Iwaphatha ngesihluku amazinyane ayo, kube sengathi akusiwo awayo, ayesabi ukuthi umshikashika wayo ungase ube yize.


Lapho indizela phezulu, ihleka amahhashi nabagibeli bawo.


Liphanda esigodini, liyathokoza ngamandla alo, liyaphuma libhekane ngqo nempi.


Umgodla uyakhehlezela, kubenyezele umkhonto nengcula.


Emhlabeni akukho okufana nayo, yenziwe yangaba nakwesaba.


Kuqhuma isiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, nogabadula kwamahhashi, nokugxuma kwezinqola.