“Uyasazi yini isikhathi sokuzala kwezimbuzi zezintaba na? Uke ukuqaphele yini ukuzala kwezindluzelekazi na?
UJobe 39:2 - IsiZulu 2020 Ungazibala yini izinyanga zokumitha kwazo, wazi nokuthi zizozala nini na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ungazibala izinyanga eziziqedayo, uyasazi isikhathi ezizala ngaso, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Ungazibala yini izinyanga aziqedayo? noma uyasazi isikhathi ezizala ngaso na? |
“Uyasazi yini isikhathi sokuzala kwezimbuzi zezintaba na? Uke ukuqaphele yini ukuzala kwezindluzelekazi na?
nembongolo yasendle ejwayele ihlane, esezela umoya ngokukhanuka kwayo; ngubani ongavimbela inkanuko yayo na? Bonke abayifunayo abayukukhathala, bayakuyifumana ngenyanga yayo.