UJobe 39:19 - IsiZulu 2020 “Nguwe yini onika ihhashi amandla, wembathise intamo yalo ngomhlwenga oyephuzelayo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Nguwe onika ihhashi amandla alo, wembathisile intamo yalo umhlwenga oyephuzelayo, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Unike ihhashi amandla na? wagqokisa intamo yakhe ngokuduma? |
Nguwe yini olenza ligxume njengesikhonyane na? Ukuthimula kwalo okukhulu kuyesabeka.
Uma kukhala icilongo, lithi: ‘Nakho-ke;’ impi liyihogela isekude, nomsindo wabakhuzi bayo neziqubulo zempi.
Mbonge uSimakade, mphefumulo wami, Simakade Nkulunkulu wami, umkhulu, wembethe udumo nobukhosi,
USimakade uyiNkosi, wembethe ubukhosi, uSimakade uvunule, ubhince amandla. Izwe ulimise laqina, alinakunyakaziswa.
UMose nabantu bakwa-Israyeli bahuba leli hubo kuSimakade, bathi: “Ngizohlabelela kuSimakade, ngokuba uphakeme kakhulu, ihhashi nomgibeli walo ukuphonse olwandle.
uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo; wabaqamba ngokuthi ngoBhowanergesi okusho ukuthi bangozulu liyaduma;
Kwezwakala umsindo wezinselo zamahhashi zigabadula, zigabadula izinjomane ezinamandla.