U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi wakhuluma, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; yingakho bengikhathazekile, nginamahloni, ngesaba ukunitshela okusemqondweni wami.
UJobe 36:1 - IsiZulu 2020 U-Elihu waqhubeka wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Elihu waqhubeka wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 U-Elihu waqhubeka wathi: |
U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi wakhuluma, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; yingakho bengikhathazekile, nginamahloni, ngesaba ukunitshela okusemqondweni wami.
“Ngibekezelele kancane, ngizokukhombisa, ngokuba ngisenamazwi okumela uNkulunkulu.