bokuthi omubi uyokophulwa ngosuku lwenhlekelele, nokuthi bayaphunyuka ngosuku lwentukuthelo na?
UJobe 34:9 - IsiZulu 2020 Ngokuba uthi: ‘Akunalusizo kumuntu ukuba azane noNkulunkulu.’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uthi: ‘Akunalusizo kumuntu ukuba azane noNkulunkulu.’ Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba wathi: “Umuntu othokoza ngoNkulunkulu akamsizi ngalutho.” |
bokuthi omubi uyokophulwa ngosuku lwenhlekelele, nokuthi bayaphunyuka ngosuku lwentukuthelo na?
Kuyintokozo yini kuSomandla uma ulungile? Kunomvuzo yini kuye uma wenza izindlela zakho zibe msulwa na?
uthi: ‘Kungisiza ngani na?’ nokuthi: ‘Ngizuzeni ebengingayizuza uma bengingonanga na?’
Impela inhliziyo yami ngiyigcinele ize, ihlanzekile, nezandla zami ngazihlamba ngingenacala,
Bathi: ‘Sikuzileleni ukudla, ngoba awuboni na?’ ‘Sizithobeleni, ngoba awusinaki na?’ “Bhekani, ngosuku enizila ngalo, nenza enikuthandayo, nicindezele zonke izisebenzi zenu.
“Nithe: ‘Akusizi ngalutho ukukhonza uNkulunkulu; sizuzeni ngokugcina imiyalo yakhe nokuthi sihambe silila phambi kukaSimakade Wamabandla na?