UJobe 34:3 - IsiZulu 2020 Ngokuba indlebe iyawahlunga amazwi, njengalokhu ulwanga lunambitha ukudla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba indlebe iyavivinya amazwi, njengokuba ulwanga luzwa ukudla. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba indlebe iyahlola amazwi, njengomlomo unambitha ukudla. |
kodwa angiwuvumelanga umlomo wami ukuba wone ngokucela impilo yakhe ngokuyiqalekisa.
Kukhona yini ukungalungi engikusho ngolimi lwami na? Ulwanga lwami alunakukwehlukanisa yini okubi na?”
Kepha umuntu onoMoya kaNkulunkulu uphenyisisa konke, kanti Yena akukho muntu ongamphenyisisa.
Kepha ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, asebenomqondo oqeqeshekileyo, asebekwazi ukwehlukanisa okuhle nokubi.