Kepha nami nginengqondo njengani, aningedluli ngalutho. Ngubani ongazazi izinto ezinjengalezi na?
UJobe 34:16 - IsiZulu 2020 “Uma unengqondo, yizwa lokhu, ulalele amazwi engiwakhulumayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uma unengqondo, yizwa lokhu, ulalele izwi lokukhuluma kwami. Contemporary Zulu Bible 2024 Manje uma ninokuqondisisa, yizwani lokhu: lalelani izwi lamazwi ami. |
Kepha nami nginengqondo njengani, aningedluli ngalutho. Ngubani ongazazi izinto ezinjengalezi na?
Imbala ozonda ubulungiswa uyakubusa yini na? Uyakumlahla yini olungileyo nonamandla,