Simakade, bungobakho ubukhulu, namandla, nodumo, nenkazimulo, nobukhosi, ngokuba konke okusezulwini nokusemhlabeni kungokwakho. Ungowakho umbuso, Simakade. Wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke.
UJobe 34:13 - IsiZulu 2020 Ngubani owambeka phezu komhlaba na? Ngubani owamisa izwe lonke na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngubani owambeka phezu komhlaba na? Ngubani owamisa izwe lonke na? Contemporary Zulu Bible 2024 Ubani owamnika umyalo phezu komhlaba? Noma ngubani owadla umhlaba wonke? |
Simakade, bungobakho ubukhulu, namandla, nodumo, nenkazimulo, nobukhosi, ngokuba konke okusezulwini nokusemhlabeni kungokwakho. Ungowakho umbuso, Simakade. Wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke.
Ngubani ombekele indlela azohamba ngayo na? Ngubani ongathi: ‘Wenze okungalungile’ na?
bonke abakhileyo emhlabeni bashaywa into engelutho; wenza ngokuthanda kwakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akekho ongavimbela isandla sakhe, noma athi kuye: “Wenzani na?”