UJobe 33:7 - IsiZulu 2020 Ungesabi ungangenwa ngamanzi emadololweni, nesandla sami asizukuba nzima phezu kwakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, ingebhe ngami ayiyikukugebhezisa, nesandla sami esiphezu kwakho asiyikukusinda. Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, ingebhe yami ayiyikunethusa, nesandla sami asiyikuba nzima phezu kwenu. |
Ngokuba akasiye umuntu njengami ukuba bengingaqagulisana naye, nokuba ngibhekane naye esigcawini.
Isandla sakho sangicindezela kanzima ubusuku nemini, ngaphelelwa ngamandla, kwangathi ngihlaselwe wumoya weshisandlu. Sela