Bhekani-ke, sengizilungiselele ukwethula udaba lwami, futhi ngiyazi ukuthi icala lizongithetha.
UJobe 33:5 - IsiZulu 2020 Ngiphendule, uma ukwazi, hlela amazwi akho phambi kwami, ume ubhekane nami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma ukwazi, ngiphendule; zihlele phambi kwami, ume. Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ukwazi ukungiphendula, hlela amazwi akho phambi kwami, usukume. |
Bhekani-ke, sengizilungiselele ukwethula udaba lwami, futhi ngiyazi ukuthi icala lizongithetha.
Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukuphendulana noJobe ngoba wayengolungileyo emehlweni akhe.
Nginilalele ngesineke, bhekani, akukho noyedwa phakathi kwenu omthethisile uJobe, nowaphendulile amazwi akhe.
Lokho ukwenzile, ngathula, ushaye sengathi Mina nginjengawe; ngizakukusola, ngikubeke icala.
USimakade wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kakhulu uye kuFaro ngaphambi kokuba aye emfuleni, uthi kuye: ‘USimakade uthi: vumela abantu bami bahambe ukuze bayongikhonza.